@sihlanzi2: #SAMA28 #igcokama_elisha #ezasewoolies #mthandeni_sk🇿🇦

Sihlanzi
Sihlanzi
Open In TikTok:
Region: ZA
Sunday 05 January 2025 12:51:07 GMT
40789
2348
143
5

Music

Download

Comments

j.nesh_22
j.nesh :
koda mina we bhuti khona into engingayiqondi kwenzeke kanjani ingane ingene e stage ugatsheni esa perform ku wrong lokho bhuti akuhlonishwane empilweni
2025-01-05 14:13:18
13
mthembunkosi
Nkosinathi uSyar WakwaMthembu? :
Badlala ngengane laba ayenzelutho nje
2025-01-05 15:37:15
25
mvulah_
Mvulah_ :
Bhuti 🙏 siyabonga maningamutholela usizo nje usisi omncane abe right.
2025-01-06 19:48:59
0
shamase150
Shamase150 :
Kodwa ingane ibinganalo iphutha uDJ owenze iphutha makungena ingoma kumele icule ikhokhelwe phela ingane engabe nisola uDJ bandla hayi ingane beyingekho into beyingayenza ingane
2025-01-06 08:23:27
1
ndondoh88
ndondoh :
Abazali bashaya ingane bayihlanganyela😭😭😭ai Mzansi oBaba noMama abebe laphana
2025-01-05 18:17:23
16
lungisani_zulu4
Mageba Zulu :
Ningakhohlwa ukuyala amabhonca sihlanzi sinenkinga amabhinca anobuphukuphuku obukwelinye izinga. Manje lento ayinakwa ngoba eziphukuphuku enjalo eza 💰 Bese ingayekwa neka stage manager ngyabonga🙏
2025-01-05 13:43:31
4
konke_sa
Konke_M :
into enomthandeni phakathi nje kukancane ibe yinhle hlezi kuzoba nenkinga nokukhuluma mxm niyoze nibone.
2025-01-05 19:00:14
4
sbugxabhashe
"SONKOPHE" :
webhuti mina ngakhala ngalabantu abasaqhubeka nokusabalalisa le video...ngyazi kuthi abanye bawaphusha ngoba belwa izimpi ezithize kdw bafwethu ayi ngengane encane kanje...lengane isazoba nenkinga
2025-01-05 13:09:01
1
yenayedwa4
yena yedwa :
musani ukuzilajla ingqhondo phela uGatsheni wakhipha imfihlo ye VN kwathiwa unamanga uyaphapha noze niybone ke lendaba ingane isetshenzisiwe nje ubeyaphi yena uGatsheni
2025-01-06 16:18:22
0
malume1981
Malume1981 :
eyi bhuti ngiyibukile 💔
2025-01-05 13:14:44
8
djmjava_mrloveman
@djmjava mrloveman :
Wakhuluma njengomzali mnewethu ulimi lwakho lunokwakha ubona isizwe sifa yingenxa yolimi nenzondo engasisizi ngalutho
2025-01-05 14:51:38
23
mzeth.cc
Ngubane Nzombane :
leya ngane dinga manager e ryt ne PR izinto zayo zizoba ryt khona kubhlungu
2025-01-05 20:30:13
4
zimele_04
Zimele Zwide :
Lento ye proper management kodwa ama artist awamase ukuybalekela baningi
2025-01-05 14:48:53
9
phakathwayo877
NGOYE RSA 🇿🇦 :
Sbonge mkhaya iqiniso lihle
2025-01-05 13:42:47
7
verge245
Velly Verge Nkosi :
Angeke ingaphaphalazi. Ingane incane futhi isawumfundi. Iyadinga ukufukanyelwa ifundiswe. Ayingahlulelwa kanje. Abantu abangaboni ingane njenge competition.
2025-01-06 05:55:52
3
thembela54
UGcaba ongaceli :
Bantu badlala umona nj izilwane
2025-01-06 05:18:35
4
dlamini.syanda.ni
Dlamini Syanda Nic :
Impela ngane yakwethu
2025-01-05 14:24:23
4
ouphiwe
Ouphiwe MaMthembu :
syabonga bhut wam🤗🤗
2025-01-05 16:09:44
3
lungisanindlovu09
H tag :
eix ibuhlungu nje leyanto mfwethu imidondoshiya yabantu abadala benze leyanto
2025-01-05 15:37:11
4
anathi_at
zakes :
befunuGatsheni kanjani ingene uGatsheni evele ecula🤔kahleni madoda.
2025-01-05 15:22:59
2
mlumantengu
Mlu :
It’s takes a village to raise a child 🤝🙏
2025-01-06 15:58:11
1
wangenzumuntu
Wangenz'umuntu :
wayibeka kahle buti
2025-01-06 09:43:46
3
sodlabehlezi0
SODLABEHLEZI :
Le kamawayo ayiveli emabhinceni into evele ibhekene nayo eceleni. Ngiyakfakazela kule ye PR iyayidinga kakhulu ukuze iye phambili
2025-01-05 15:16:04
2
smg_mkz2
SMG WÅSEMB⭕ :
🤔🤔ayaphila lamazwi akho mfo kodwak ubani leyongane Aphiwe waphi loyo eyii banglaya nalana stolo Bashawa izulu ngabe i data Benginalo nje😥😥
2025-01-05 21:47:29
2
user58257980162437
Nox Khwela :
syabonga bhuti amazwi amahle
2025-01-05 18:58:40
1
To see more videos from user @sihlanzi2, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About