ngiyakuzwa bafo uthinta izihloko eziningi. Hulumeni udlalile ngathi okubi kakhulu wasikhandela ingane eziba izidomu u pass kanjani ngo 30 percent. Nama subject a angasile bawakhiphelani ama subject lawa ayefundwa ithina ayenama skills
2025-07-30 03:14:22
2
Figo :
Ngyakuhlaba kokunye okubekayo Sompisi, Mina i apartheid angiyazi yashaya uBaba yamuvimba ukuthi a gene isikole wangena iplazi for free, ukube akubanga njalo ngabe ngenza kancono, okunye yilokhu kwama farmer, abalimi bakwi businesses lokhu abakwenzayo benzela imali that's why they sell to foreign countries,
2025-07-30 10:47:39
1
Mr C :
kade basiqala ngokusenza izidomu sivukile manje.
2025-07-29 14:26:14
11
doll :
Ave kuphilsa ukuzwa umuntu wakithi ekhuluma i wisdom 👏
2025-07-30 07:09:56
2
Simthembile :
like it or not DA is gonna take back this country coz of all these devided political parties with differ agendas to loot the state money.
2025-07-30 07:11:16
1
MD Radebe :
🤣🤣🤣kukhona othi abelungu uzobathuma uphuthu Uma benza leyo audit
2025-07-30 14:19:56
1
Mozhina ❣️ :
Firstime watching your video Mr
I clab a hands 👏 for you
2025-07-30 05:39:35
2
Jiliza :
Sithi sinabaholi izinto ezintshontsha ukudla okunikelwe gift of the givers uma kune kunenhlekelele.
2025-07-30 04:01:29
10
igubazi.com150 :
😃😃😃 ipolitik I scams akufuneki ama qualifications kodwa kweminy imikhakha Yama phoyisa bekutshela ngo matric bona ba runner big position without qualifications
2025-07-29 15:06:35
9
Barbs Daniels :
abantu abanjengawe okumele kuba base parliament bt kugcwele izimpuphu zodoti bamasela mnxm
2025-07-30 05:35:56
1
philemon mvelase :
Sifundise, Bhuti, uze ufundise ne political education uma kulunga. Thank you. I like people like you
2025-07-30 05:36:06
1
Nhlanhla Manqele :
Akubona bonke abantu abasezikhundleni eziphezulu abangabaholi some are just there for self enrichment not to benefit the community.
2025-07-30 15:59:01
2
Buyi kaMemela :
Godide ngiqala nokukubona ngaze ngafunda kuwe 🙏
2025-07-30 06:27:53
1
MsB :
Baningi osopolitiki abasazoboshwa am telling you. Asikho isizwe esingakhohlwa njengabelungu, abelungu can investigate u for 50 yes, bakubophe. Sithuli nje siyababuka bezitika ngemali ye state. Abanye bayofisa ukuzilengisa, esefikile amabhunu!